Amavukelambuso asankanise eGoma

2012-11-27 10:00

Goma - Amavukelambuso okusolakala ukuthi esekwa yiRwanda ne-Uganda bashaye indiva umnqamulajuqu wokuthi baphume kuleli dolobha elisempumalanga neCongo.

Amaloli abegcwele amavukelambuso eM23 abezungeza emigwaqo yaleli dolobha ebikhala ibhungezi.

Amavukelambuso amemezele ngoMsombuluko ukuthi ahlela ukushintsha ikomkhulu layo libe kuleli dolobha, nokutshengisa ukuthi abazimisele ngokuhlonipha isiphakamiso sabaxazululi.

Uhulumeni waseCongo uthi usezingxoxweni namavukelambuso, nathele ngehlazo umbutho wezokuvikela ngesikhathi ewuhlula empini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Mild. Pta: 20-31°C a few tstorms. More clouds than sun. Hot.
Jhb: 16-27°C Numerous showers. Mostly cloudy. Warm. Bloem: 17-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-23°C Passing showers. a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 14-21°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...