Amavukelambuso ahlasele eSouth Sudan

2012-11-16 10:01

Juba - Amavukelambuso aseSouth Sudan asehlasele izigodi eziningi kuleli lizwe elicebe ngowoyela kanti lokhu kuhlasela kuyaqhubeka, kusho izikhulu zombutho wezempi.

Lolu dlame lubeka engcupheni imizamo kahulumeni isizwa yiTotal yaseFrance ngowoyela edolobheni iJonglei, nalapho sekubulawe khona izinkulungwane zabantu ngodlame lwezigodi.

ISouth Sudan yathola uzimelegeqe ngonyaka odlule kodwa uhulumeni wayo ukuthola kunzima ukulawula indawo yawo kusukela kwaphela udlame lomkhaya neKhartoum ngo-2005.

Okhulumela umbutho wezempi uPhilip Aguer uthe amavukelambuso eDavid Yau Yau eSouth Sudan ahlasele izigodi eziningi ngoLwesithathu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-13°C Sunny. Cool. Bloem: 2-10°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 9-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 9-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...