Amaphoyisa agasele emahhovisi abamele izitabane

2012-08-22 08:08
Yabelani Shicilela

Harare - Izinhlangano ezimele amalungelo abantu e-Afrika zithe amaphoyisa eZimbabwe agasele emahhovisi enhlangano emele abantu abathandana bengabobulili obubodwa, ashaqa amakhompyutha namaphepha.

Lokhu kwenzeka nje kusadlule isonto kuboshwe amadoda athandana wodwa angu-44.

I-Aids and Risghts for Southern Africa ithe iloli ebigcwele amaphoyisa igasele emahhovisi eGays and Lesbians of Zimbabwe enhlokodolobha iHarare ngoMsombuluko.

Lezi zinhlangano zizwakalise ukukhathazeka ngalokhu abakubiza ngokucwasa.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...