AmaKhrestu eNigeria athi azoziphindiselela

2011-12-29 10:30
Yabelani Shicilela

Abuja - AmaKhrestu aseNigeria asefunge agomela ukuthi azoziphindiselela kulandela uhide lwezigameko zokuhlaselwa, njengoba esola amaSulumane.

Amaphoyisa athi abahlaseli bajikijele ibhomu esikoleni sama-Arab kulandela ukuhlaselwa kwendawo egcwele kakhulu amaKhrestu kuleliya lizwe.

Akekho osaphumele obala ngale nhlekelele.

Lokhu kulandela ukuhlasela kwangoKhisimusi nokusolwa ngakho inhlangano yamaSulumane iBoko Haram.

Kwashona abantu abangu-40.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...