Akushushiswe untamolukhuni - UN

2012-07-20 16:26

The Hague - INkantolo eNkulu ye-United Nations isibize ukuthi iSenegal ishushise undlovukayiphikiswa waseChad uHissene Habre, athweswe amacala okuhlukumeza ngenhloso yokulimaza.

Inkantolo ithi uma izwe lingadluliseli lona eBelgium, kumele limshushise.

I-International Court of Justice inqume yathi iSenegal iphule imithetho yeNhlangano yeZizwe ngokungashushisi uHabre.

UHabre usolwa ngodlame olwadlula nemiphefumulo yabantu phakathi kuka-1982 no-1990, kumanje lona uphila buthebelele eSenegal, la abalekela khona.


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 8-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Mostly sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-13°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-21°C More sun than clouds. Refreshingly cool. PE: 12-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...