Akukakabi khona ukuthula eCairo

2012-11-28 12:03

Cairo - Iqale phansi impi phakathi kwamaphoyisa kanye nababhikishi enhlokodolobha iCairo, njengba kuqhubeka imibhikisho emelene noMengameli uMohammed Morsi, kusho abazibonele ngawabo.

Amaphoyisa avulele isisi esikhalisa unyembezi ebhekise kubabhikishi nabo ebebengazibekile phansi behlasela ngamatshe eTahrir Square, njengoba izindimbane zabantu beziqhinqile zilindele ukuthi uMorsi ahoxise amandla azinike wona.

Ngesonto eledlule uMorsi wasayinda phansi enquma ethi izinkantolo engeke zisawathetha amacala ahlanganisa nemithetho yabenkolo yamaSulumane, waphinde wanquma ukushicilela uMthethisisekelo omusha.

Lesi sinqumo sidale udlame sathukuthelisa namaqembu aphikisayo, amaqembu athi izinqumo ezintsha zinika uMorsi amandla okuba ngundlovukayiphikiswa.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ushaye umkakhe obanjwe ephinga

Emizuzwini eyi-35 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 12-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-22°C High level clouds. Mild. Bloem: 6-16°C Morning clouds. Refreshingly cool.
Dbn: 17-22°C Showery. Mostly cloudy. Cool. PE: 8-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...