AbaseSomalia emkhonyovini wama-passport

2013-02-22 16:00

Mogadishu - Izikhulu zaseSomalia zikanye nezaseTurkey zithi abantu baseSomalia basebenzisa izincwadi zomgunyathi ukuhambela e-Europe.

Isikhulu uGeneral Abdullahi Gafow Mohamud woMnyango obhekele abasemaZweni angaPhandle, uthi ukushushumbiswa kwabantu kuyisehlakalo esibhokile, wase ekhombisa abezindaba ze-Associated Press, ama-passport omgunyathi asetshenziswa ngabathile.

Abezindiza zeTurkish Airline baqala ukusebenzela eMogadishu ngonyaka owedlule, kanti sekuvele ukuthi baningi abasebenzisa izincwadi zomgunyathi ukuhambela amazwe besebenzisa lezi zindiza.

Abezindiza iTurkish Airlines baqinisekise lo mkhuba bathi amazwe ayasebenzisana ukuzama ukulwa nalo mkhuba.



 -“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 -Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-17°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...