Abaphikisayo bagxeka uMorsi ngodlame

2012-12-06 07:20

Cairo - Amaqembu aphikisayo e-Egypt asole uMengameli Mohamed Morsi ngodlame olubheduke ngaphambi kwalapho ahlala khona, kanti athi asekulungele nokuxoxisana naye ukuze kuqedwe ngamandla azinike wona okuthi kugcina elakhe izwi kuzona zonke izinhlaka.

Lolu dlame luqale ngesikhathi iMuslim Brotherhood, nokuyiqembu elasiza uMorsi ekutheni awine ukhetho ngoJuni, litshela abalandeli balo ukuthi abaye la kubhikisha khona labo abamelene nomengameli.

“Lokhu okwenzeka emigwaqeni yase-Egypt namhlanje ngezinye zezinto ezingase zisiholele odlameni," kusho usombusazwe weqembu eliphikisayo uMohamed ElBaradei.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 15 kuhlasela amabhanoyi

Emizuzwini eyi-34 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C High level clouds. Cool. Pta: 2-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 7-22°C Sunny. Mild. PE: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...