Abanye ababalekela udlame eDRC

2012-12-19 07:50
Yabelani Shicilela

Geneva - Sekuphinde kwafuduka abanye futhi abantu abangu-4 000 njengoba kuqhubeka udlambedlu eDemocratic Republic of Congo kulezi zinsuku eziyisihlanu ezedlule, kusho abe-UN.

Ukulwa esigodini i-Agorobo, akuhlobene nezibhelu eziphakathi kwamasosha namavukelambuso eGoma, ngokusho kokhulumela i-UNHCR uFatoumata Lejeune-Kaba.

“Kunodlame olusha," esho etshela abe-AFP.

Akucaci okwamanje ukuthi kubangwani.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-27°C Sunny. Warm. PE: 13-23°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...