Abalutholi usizo abakhahlamezekile eSudan - UN

2013-01-09 13:01

 New York - Umqondisi enhlanganweni ye-United Nations ehambisa usizo kwabaswele, usegxeke uhulumeni waseSudan kanye namavukela mbuso, wathi bavimbela ukuhanjiselwa kwezisulu usizo.

Balinganiselwa ku-900 000 abantu ekuthiwa kumele ngabe bathola usizo kodwa abalutholi.

UJohn Ging uthi iphunzile imizamo esidonse unyaka yokuthi kuhanjiswe usizo eSouth Kordofan naseBlue Nile, lezi zifunda zibuswa ngamavukela mbuso.

"Siyethusa isimo salaba bantu. Abaningi kubo bayashona ngenxa yokuthi abatholi ukunakekelwa," kusho uGing etshela abezindaba esithangimini esihlelwe yisigungu sezokuphepha.

Impi eqhubeka eSouth Kordofan naseBlue Nile, yaqala ngo-2011, kuthiwa yenza kube nzima kwabe-United Nations nakwezinye izinhlangano ukuthi zihambise usizo




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Rain showers. Morning clouds. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Rain showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...