Sathi sinengcindezi isikhulu - Guptagate

2013-05-23 10:05

Umbiko odedeliwe ngoluthinta umndeni wakwaGupta, uveza ukuthi loyo osesikhundleni sokuba yiChief of State Protocol, uBruce Koloane, wakhuluma wathi unengcindezi.

Ningizimu Afrika

Kuboshwe abalimi ababambe umsolwa

2013-05-23 10:05

Abalimi abathathu baseLimpopo baboshiwe ngezinsolo zokuzama ukubulala ngemuva kokubamba obesolwa ngokuzingela obhejane ngokungemthetho

Ningizimu Afrika

Ugwetshwe kanzima owazama ukubulala

2013-05-23 10:04

Ugixabezwe ngeminyaka engu-20 ebhadla ejele owesilisa yiNkantolo yesiFunda eMbombela ngemuva kokulahlwa yicala lokuzama ukubulala, kusho umbiko.

Ezemidlalo

Unokukhathazeka ngabadlali u-Igesund

2013-05-23 10:04

Umqeqeshi weBafana Bafana ukhathazekile ngokulinyalelwa ngabadlali bakhe, njengoba kungekudala kulindeleke babambe imidlalo yokuhlungela eyeNdebe yoMhlaba ka-2014.

Ezamabhizinisi

Kunesidingo sama etolls - Martins

2013-05-23 10:04

Ama-etolls ayadingeka kuze kuzokhokhela kuphinde kulungiswe izingqalasizinda, kukhuliswe umnotho weNingizimu Afrika, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezokuThutha.

Afrika

Kungase kungavotwa - Rajoelina

2013-05-23 10:04

Isiqhwaga saseMadagascar, u-Andry Rajoelina, ngoLwesithathu usethe ukhetho lwesobumengameli okuhlelwe ukuba lube ngoJulayi, lungase lungasaqhubeka.

 

ISIKHULU:  UNgqongqoshe wezangaPhandle eJapan uFumio Kishida wethula inkulumo engqungqutheleni i-International Conference on the Future of Asia, ebanjelwe eTokyo. (Kazuhiro Nogi, AFP)

Umhlaba

Kuhlaselwe indawo yamayengandoda

2013-05-23 10:04

Oshayasibhamu abangaziwa badubule babulala cishe abesifazane abayisikhombisa kanye nabesilisa abahlanu esakhiweni sabaqwayizi eBaghdad, kusho izikhulu.

Igumbi lokuvotela

Ngabe ulibona linjani ikusasa likaJulius Malema kwezepolitiki kulandela izigameko zakamuva?

Umhlaba

Kuphume umbiko wophenyo eBangladesh

2013-05-23 07:20

Uphenyo lukahulumeni luveze ukuthi izinga lezinsiza zokwakha ezasetshenziswa zazingupomu futhi ziphambana nemigomo yezokuphepha ebhilidini laseBangladesh.

Ezokuzijabulisa

Ningaphuthwa elokuvalelisa kuVuyo - SABC

2013-05-22 10:06

ISABC isizwakalise ukuthi ifuna bonke abantu bakuleli bathole ithuba lokuzovalelisa kumethuli wezinhlelo zomsakazo nomabonakude uVuyo Mbuli uma sekunenkonzo yesikhumbuzo.

Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 15-21°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...

Izinkomba

Rand/$ 9.66 -1.15%
Rand/£ 14.56 -0.59%
Rand/€ 12.45 -0.92%
Igolide/awunsi $1390.17 1.1%
Inkomba yezabelo zonke 41149.98 -1.64%